Bazali bami Nenze lukhulu empilweni zethu nodadewethu angazi ukuthi ngingaqala ngithini kini bazali bami kodwa sakhula no dadewethu ilapho sizobe sesinibonga khona ngento enhle enizoyijabulela ngoba zikhona izingane ezinabazali kodwa azibahloniphi ngendlela efanele kube khona lezi ezibaswele ezibadingayo ezimpilweni zazo ezishoda ngendima yabo abazali ngoba abazali abazikhulisanga nabazali izingane zabo babefisa kodwa ngezinhlelo zika jehova wavele wamthatha esathi uzokukhulisa ngithi bazali nenza lukhulu ezimpilweni zethu Mina ngiyonibonga noma seningifulathele bazali bami yazi khona izingane ezikhula zinge nabo zibaswele ngithi jabula wena oseno mzali ophila naye futhi osempilweni yakho futhi kube khona abanabo abazali kodwa abazali bayaziqhelelanisa empilweni zabantwana ngithi wena oseno mzali ngicela amhloniphe umzala uyikho konke kuwe wena oseno mzali mphathe kahl umkhombise uthando ngiyakucela

Obhalile yimina U Vick's